@IsolezweNews
Liwela umfula ugcwele
@craneoapatico
@nozl_hog
@BinorRaja
@_jxsmxne
@pencitaemanedut
@worldnamer
@TongueGod7
@stw_pdg
@johnkimjin
@cukienaknikmati
@zen0m
@le_gorafi
@galery_basah10
@lumisun217
@Ellijah_D
@enoughofmeok
@bokeplokalmalam
@dul_turkporno
@Okyayklc
@Ferlyhair58
@SabotageOficial
@penyukastw21
@VivoTha20898756
@LifeofKvsh
@ReedArena
@plant_slut69
@Conk_The_truth
@AlfonzaS28324
@CheerDmhs
@remooon_n
@v4tex111
@rindiorr
OWAYEYISILOMO soKhozi FM, uNgizwe "Zulu Charmer" Mchunu, uzosakaza uhlelo lwantambama kwiGagasi FM. Lezi zindaba ziqinisekiswe yisikhangiso salo msakazo ozinze eCornubia Mall kanye naye uNgizwe...
USibonile Ngubane, okumanje wenza izimanga elingisa indawo kaDifa Gumede ku
UCWANINGO lwakamuva luveza ukuthi inhlangano ekhankaselwa owayengumengameli, uJacob Zuma, iMK isemathubeni okunqoba iKwaZulu-Natal okhethweni oluzayo.
I-DA isiziqhelanisile nombhalo ofakwe uNkk Helen Zille kwiTwitter lapho abeqhubeka encoma khona inqubo yabacindezeli
KUMPHULILE emoyeni ukukhishwa ohlelweni iBig Brother Titans, abezibona efinyelela esigabeni sokugcina salo, uSiyamthanda Jwacu, odume ngelikaJuicy Jay.
Ukufika kwakhe kusizele nezinkinga eziningi eNingizimu Afrika.
BAZOBINGELELA iNkantolo yeMantshi ePalm Ridge, abasolwa abathathu ababoshwe ngezinsolo zokubulala amalungu amabili eqembu lepolitiki uMkhonto Wesizwe.
Uveze ukuthi akazi kungani ekhishwa emoyeni nokuthi uyaphi uNongcebo McKenzie evalelisa kuKhozi FM ngeSonto emini njengoba ebegcina ukusebenza khona.
ISILOMO sensizwa yaseSoweto, uThabang Mazibuko (21), sithi ubunzima bokuhlale likhuluma ulimi lwesiNgisi nokungabethembi abanye abantu ohlelweni i
INHLANGANO, Abahlali baseMjondolo, ikhulekela ukuthi i-ANC ikhishwe ngevoti okhethweni lwangoMeyi 29, yengeza ngokuthi “umbuso uyadakana.”
BABUYELENE uBabes Wodumo noMampintsha obesekuphele izinyanga ezimbalwa behlukene
IQEMBU elikhankaselwa owayengumengameli, uJacob Zuma, iMK, liphinde lehlula i-ANC komunye umbango wasenkantolo.
UZOVALA unyaka ngegiya eliphezulu umlingisi wakuleli futhi ongumethuli wezinhlelo, uNomzamo Mbatha
USETHI khumu kwezokusakaza umakadebona kulo mkhakha uJoe Hudla.
USelby ?Selbeyonce? Mkhize sekuvele izindaba zokuthi useqalile ukuqopha kulo mdlalo
Ukhuza ibuya kwezokusakaza uZanele Mbokazi njengoba ezojoyina Ukhozi FM ekuqaleni kwenyanga ezayo.
UMLINGISI ozakhele udumo ngokudlala indawo ka-Onthatile kwi
UMSAKAZI woKhozi FM uKhathide “Tshatha” Ngobe (42) ukwabavote okokuqala ngqa ngokhetho lukazwelonke ngoLwesithathu.
INKANTOLO Yomthethosisekelo isinqume ukuthi abantu sebevumelekile ukusebenzisa insanga emakhaya kuleli
UKUQALA komdlalo u
SEBEQALE umkhankaso abesifazane abasonta ebandleni iNazareth Baptist elidume ngoShembe, bafuna ukuvunyelwa ukuthatha isithembu
Bayasola ukuthi kuchelwa ngentelezi eyenza ethithibalisa izinduku.
Kunqobe uMcJunior Zondi ohlelweni iBig Brother Mzansi olusongwe ngeSonto ebusuku ngemuva kokudlala amasonto.
ILOKHU ijikelezile ezinkundleni zokuxhumana ividiyo ekhombisa umculi wokholo elingisa ezitika ngocansi nowesifazane.
UZIDONSELE amanzi ngomsele uNgqongqoshe wezokuThutha kuleli uMnuz Fikile Mbalula obezokhuluma nosomatekisi ababebhikisha eSoshanguve, eTshwane ngoMsombuluko
Iqembu iMK lidlebeleka okomlilo wamadlelo njengoba kungena imiphumela yokhetho KwaZulu- Natal.
Lo mculi obesesibhedlela isikhathi eside kuthiwa udlule khona namhlanje ekusen
Uchaza lesi sigaba esesenziwa njengento engabalwa nhlobo ekutheni umuntu uselotsholiwe
Uzobuyela ohlelweni lukamaskandi iSgiya Ngengoma kuKhozi FM uKhathide “Tshatha” Ngobe uma sekuqala izinguquko ngo-Ephreli 1.
IDIDEKILE intokazi yaseNquthu, ngesenzo sikayise oyinyanga. Kuthiwa uyise kaNksz Noluthando Hlophe (25), wenqabe izinkomo zamalobolo, wathi ngeke azamukele ngoba ziphuma kumkhwenyana ‘osindisiwe.’
KUKHALWA ngomsakazi woKhozi FM, uSbu Buthelezi, okuthiwa akabahloniphi abalaleli uma beshaya ucingo ohlelweni alushayelayo
NGESIKHATHI abanye besemjahweni wamahhashi iVodacom Durban July, umsakazi woKhozi FM uSipho ?Sgqemeza? Mbatha ubembesa ingoduso yakhe. Kusabalale izithombe zikaSgqemeza ehleli nengoduso yakhe...